|
|
Article: Koqhuma nhlamvanaku-Italy ne-United States.(Sports)
- Article from:
- Isolezwe (South Africa)
- Article date:
- June 15, 2009
CopyrightCOPYRIGHT 2009 Independent News & Media PLC. This material is published under license from the publisher through the Gale Group, Farmington Hills, Michigan. All inquiries regarding rights should be directed to the Gale Group. (Hide copyright information)
|
IQEMBU lesizwe lase-Italy lizobe lifuna ukuziphindiselela ku-United States uma sebhekene emdlalweni wesibili kaGroup B namuhla eLoftus Stadium ePitoli ngo-8.30 kusihlwa.
I-United States ukuphela kweqembu elakwazi ukubamba i-Azzurri eNdebeni yoMhlaba eGermany njengoba umdlalo waphela ngo 1-1.
"Lo mdlalo ubaluleke kakhulu kithina," kusho umqeqeshi we-Italy uMarcello Lippi owasishiya lesi sikhundla ngemuva kweNdebe yoMhlaba kodwa wubuyela kuso nyakenye.
"Kumele siyihlule i-United States ngoba uma konke kuhamba kahle emdlalweni wokuqala nolandelayo uzosihambela kahle. Kodwa uma sihlulwa kuzoba nzima ukubuya."
ULippi kungenzeka abophele ...