|
|
Article: 'Asizukwazi ukubaqasha bonke abashayeli'.(News)
- Article from:
- Isolezwe (South Africa)
- Article date:
- July 17, 2009
CopyrightCOPYRIGHT 2009 Independent News & Media PLC. This material is published under license from the publisher through the Gale Group, Farmington Hills, Michigan. All inquiries regarding rights should be directed to the Gale Group. (Hide copyright information)
|
BYLINE: BAWINILE NGCOBO
ANGEKE ibaqashe bonke abashayeli abebesebenza kwa-Remant Alton inkampani eqokelwe ukwengamela ukusebenza kwamabhasi okwabe kungakamasipala weTheku, i-Transnat Africa.
Lokhu kudalulwe yisikhulu esiphezulu sale nkampani, uMnuz Mike Jesserman, izolo kulandela izinsongo zalaba basebenzi zokuthi amabhasi angeke aqale ukusebenza bengaqa-shiwe bonke.
UJesserman uthe akaqondi ukuthi kungani abashayeli abebesebenza kwa-Remant Alton besabisa ngokuthi ngeke aze aqale ukusebenza amabhasi bengaqashiwe ngoba eqinisweni akabadingi bonke.
"Mina ngidinga abasebenzi abangu-550 kuphela kanti abasebenzi bakwa-Remant Alton ...