|
|
Article: Libukeka lifiphele ikusasa likaNeil Tovey oSuthwini.(Sports)
- Article from:
- Isolezwe (South Africa)
- Article date:
- November 9, 2009
CopyrightCOPYRIGHT 2009 Independent News & Media PLC. This material is published under license from the publisher through the Gale Group, Farmington Hills, Michigan. All inquiries regarding rights should be directed to the Gale Group. (Hide copyright information)
|
BYLINE: MENZI MAGUBANE noZWELAKHE NGCOBO
YIZE izikhulu zaMaZulu zikuphika ukuthi zisezinhlelweni zokubuyisa uClive Barker ukuze aqhubeke nokuqeqesha kule midlalo engu-15 esele ku-Absa Premiership, kodwa imithombo esondelene nazo ikuqinisekisile ukuthi uNeil Tovey kumele aqale ukubheka umsebenzi wokuqeqesha elinye iqembu kulandela ukuhlulwa imidlalo emithathu ilandelana.
Lokhu sekuholele ekutheni iqembu liqede umzuliswano wokuqala lihlezi kunombolo 15 ku-Log yePremiership.
"Ayikho into efana naleyo ezokwenzeka," kusho esinye sezikhulu zoSuthu, uLunga Sokhela izolo.
Kodwa ngokwemithombo engaphakathi kuleli qembu ukuxoshwa kukaTovey yinto ...